
Fecha de emisión: 30.01.2020
Idioma de la canción: Escupir
Umuthi |
EGol' impilo ayikho |
Alukh' uthando |
Kugcwele umhobholo |
Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe |
EGol' impilo ayikho |
Alukh' uthando |
Kugcwele umhobholo |
Wonk' umuntu usewu gombela-kwesakhe |
Ngizwa kukhala amaviyo oh |
Bayangibiza emakhaya |
Ngizwa kukhala amaviyo oh |
Bayangibiza emakhaya |
Sengikhumbul' ekhaya |
Nyawo zami ngibelethe |
KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama |
Sengikhumbul' ekhaya |
Nyawo zami ngibelethe |
KwaFelubala, sengilel' esifubeni samama |
Ngizwa kukhala amaviyo oh |
Bayangibiza emakhaya |
Ngizwa kukhala amaviyo oh |
Hee eh bayangibiza emakhaya |
Zonk' insuku ze calendar |
Zonk' insuku ze calendar |
Ngiseyimayini ngiyasebenza |
Ekhaya ngibabona December |
Zonk' insuku ze calendar |
Zonk' insuku ze calendar |
Ngiseyimayini ngiyasebenza |
Ekhaya ngibabona December |
Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo |
Ow indizamshini ipheth' umuthi olaphayo |
Wahelez' umoya, isiphepho nephimbo kwaphum' ingoma emnandi |
Kwadans' iNingizimu Afrika yonke, inqola indizamshini |
Akukho lapho bengafinyeleli khona, isenzasamuntu |
Ububanzi bomuntu sibufanisa nedayimane elimnyama |
Int' eswenka kubande kwamancane entombini |
Uyalaz' isoka lamanyala |
Ushuni wakudala kuphela uthintwa isandla esisha |
Ingoma yazalwa kabusha eMnambithi yamamatheka yonk' i Afrika |
Yathi «ingoma emnandi iyaphindwa» |
Phind' ubhale futhi Cofi ngabe sengiyabhala |
Nombre | Año |
---|---|
Khetha Wena | 2021 |
Abazi | 2021 |
Ndidikiwe | 2021 |
Pelo Yaka | 2021 |
Phakade | 2021 |
As'sajoli | 2021 |
Sukulila | 2021 |
Nomakanjani | 2021 |
Maye | 2021 |
iMessage | 2021 |
Ngyafisa | 2021 |
Egoli | 2021 |
Thandi | 2021 |
Busisiwe | 2017 |
Ndidinge | 2017 |
Bekunguwe | 2017 |
Hamba Naye ft. Mafikizolo | 2021 |
Iphutha Lam | 2017 |
Indaba Ka Bami | 2017 |
Thula | 2017 |